Izithakazelo zakwa Cebekhulu Clan Names
Gobeni, Nsele, Mangethe Zikode kaPhikela, Wena wasEtsheni, UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane, Edla im’ hlambi yezinkomo zamadoda, Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele, Bathi uZwane udleni kwaMntambo? Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana, Ntshosho! Wena kamafu kawalingani, Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo, Ntsele kaLinda kaMkhonto, Awungilinde ngilande ezami eZungeni, Mthanti, Nduna ngokuthwal’ isila sensele, UNsele kangakanani, Ngoba … Read more