Amaphupho ngameva

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ngokwejwayelekile ukuphupha ameva kungasho inkinga, into engeyinhle noma ukugxila kowehluleka kwakho kodwa kuya ngokwesimo nokwenzeka kulelo phupho. Ameva esesandleni Ukuphupha ameva esesandleni sakho kungasho ukuthi qaphela, ikakhulukazi lokhu kuvamise ukuba mayelana nomsebenzi, okungaba ukuthi emsebenzini abayithandi indlela owenza ngayo, noma kukhona abangezwani nawe okumele ubaqaphele futhi ushintshe. Uma uphupha wena ufaka ameva ezandleni kungasho ukuthi … Read more

Amaphupho ngezimvemvane

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ubona izivemvane kusho ukuthi uzokhaphelwa othile omethembayo. Ukuphupha uvemvane ulubona lundiza kungasho inhlanhla nokwaneliseka empilweni yakho. Ukuphupha uvemvane olumhlophe kungasho ukuthi uzobusiseka maduzane empilweni yakho noma uvakashelwe yizingelosi. Ukuphupha uvemvane olumbalabala kungasho ukuthi kukhona ozodela isikhathi sakhe ukuze ajabulise wena. Ukuphupha ubona uvemvane kungasho ukuthi kunezindaba ezizokuthokozisa ozozithola. Ukuphupha uvemvane kungasho ukuthi uzothola umlingani … Read more