Amaphupho ngokuxabana
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha uxabana nomunye umuntu kungasho ukuthi ufihla indlela ozizwa ngayo ngalowomuntu noma awazi ukuthi ukuveze kanjani lokho futhi kuyakuhlupha emoyeni.Uma uyindoda uphupha uxabana nowesifazane kungasho ukuthi uzongahlonishwa, ulahlekelwe amandla nesithunzi kubantu osondelene nabo.Uma uxabana nomakhelwane kungasho ukuthi kunabantu abahlangene kabi ngawe, abahlose ukukwenzakalisa. Uma uphupha uxabana nomngani wakho kungasho ukuthi kukhona umuntu ozokuzwisa ubuhlungu futhi … Read more