Iresiphi kapata
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Upata ummbila noma amabele agqunywa amasonto amane kuya kwayisithupha. Uma amabele noma ummbila usuqumbile, sekuphele isikhathi obekelwe ukuqhunya sona, uyakhishwa ugaywe ube impuphu kwenziwe iphalishi. Lelo phalishi libizwa ngokuthi upata noma isancobe. Kufakwa ushukela ukuze linambitheke. Izithako Indlela yokwenza Uma ufuna ukupheka upata elwehla esiphundu landela lendlela engezansi. Izitsha kanye nebhodwe olisebenzisayo qinisekisa ukuthi kuhlanzekile … Read more