Ukuthutha umuzi

Imizi yobaba mikhulu nje yingoba uma umkhaya usumkhulu kuyaye kube khona abaphuma imizi yabo. Njengoba sazi ukuthi empilweni zikhona izivunguvungu, akusikhona kodwa ukuthi abanye baphuma emizini emikhulu ngokuthanda kwabo njengoba kwenzeka kwabanye, kodwa kubuye kube nezimo eziphoqayo ezinye ezithinta ukufa nokuphila ezenza abantu bagcine sebeshintsha amanxiwa. Ukuthutha  akusiyo into entsha kumbe eqala futh igcine ngathi … Read more