Ukungcwaba/Ukufihla
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuhamba komuntu emhlabeni kuba isilonda esingapholi kubantu bakubo abamthandayo kanye nezihlobo zakhe. Ngisho nakade kungabantu abephila nabo ngesikhathi sokuphila kwakhe basala begqemeke ingozi engeqiwa ntwana ngokudlula kwakhe emhlabeni. Uma ke sesifikile leso simo sokuthi umuntu usedlulile emhlabeni kuyaphoqa ukuthi kudlulelwe esigabeni esilandelayo esibizwa ngokuthi ukufihlwa kwakhe noma ngamanye amazwi kumele angcwatshwe. Ukufihla komdabu kwasendulo nokufihla … Read more