isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Usiko lokuhlolwa kwezintombi

Usiko lokuhlolwa kwezintombi lwaziwa kakhulu njengomkhosi kaNomkhubulwane, yena owaziwa njengenkosazana yemvula eyayithanda ubumsulwa nokuziphatha kahle. Kungemuva kwesikhathi sakhe lapho kwabe sekuqala khona usiko lokuhlolwa kwezintombi ukuba ngabe ziseyizintombi ngokugcwele na bese zicijwa futhi ukuba zihambe ezinyathelweni zakhe uNomkhubulwane. Ukucijwa kuhlanganisa ukufundiswa ukuziphatha kahle, ukusina ingoma kanye nokuhlonipha umhlaba njengentombazane esencane umunut akhule aze kufike esikhathini … Read more