Okusha ngokuhlawula
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Siphila esikhathini samatende uma kunemcimbi, ubona ngetende limisiwe nje ukuthi kukhona okwenziwayo kulomuzi. Ayikho into embi ngalokho ukuthi kumiswe amatende kodwa sekukhona okungaqondakali ngawo, ikakhulukazi kuzinto ezithinta ukwenza izinto ngendlela yesiko lesintu. Ziningi izinto eseziguqukile ezithinta ukwenza izinto ngendlela yesintu nesiko futhi aziqhamuki kuthina bantu kuphela, kepha ngisho nakhona komkhulu endlunkulu siyakubona kwenzeka ebesikwazi njengesiko … Read more