Ukugcagca
Ngokosiko lwesiZulu ukugcagca kuqala uyihlo wakho ebe engakagcagci akuvumelekile ngoba lokho kokhokho bakho kusho ukuthi nguwena osuyindoda, okwenza kube sengathi umuzi wakini usungowakho, okungasho ukuthi uyihlo yena useyingane. Ngenxa yaleso sizathu kuyaye kuthiwe uma usufuna ukugcagcelwa, kumelwe kuqale uyihlo kuqala, uma engasekho esadlula emhlabeni engagcagcanga kumelwe uqale ngokwenzela uyihlo usiko olumelele ukugcagca bese kuthi kamuva-ke … Read more