Amaphupho ngomculo
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha uculelwa umculo wokujabula njengo Maskandi, Hip Hop, Afro soul, Afro Pop kanye neminye yemiculo abantu abazithokozisa ngayo kungasho ukuthi kukhona izinto ezinhle ezizokuthokozisa, kukhona izibusiso ezizayo. Kwesinye isikhathi lamaphupho ahlanganisa izimfijoli. Ukuphupha uculelwa noma ucula amaculo ebandla elithile, ngokwesibonelo izihlabelelo zakwaShembe, kungasho ukuthi unesithunywa sakhona, kufanele uyokhonza khona. Kwesinye Ukuphupha ucula amaculo okholo kungasho … Read more