Amaphupho ngogwayi
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha ubhema ugwayi kuwuphawu olubi olungakwexwayisa ngesimo sengozi ezayo empilweni yakho ngenxa yobudedengu bakho. Ukuphupha ubhema ugwayi kungasho ukuthi kunesiqalekiso, ubuthakathi noma inkinga enkulu ongayazi wena nongayinakile engase ithikameze ikusasa lakho esikhathini esizayo. Ugwayi wamakhala Ukuphupha ubhema ugwayi wamakhala kungasho ukuthi wembethwe ngabantu abadala futhi ungahamba uthwase ekuhambeni kwesikhathi. Uma uphupha unikwa ugwayi wamakhala kungasho … Read more