Amaphupho ngocansi

Leli yiphupho elingelihle, likhomba ukuba khona kwemimoya emibi ekuzungezile empilweni yakho noma kuleyo ndawo olala kuyona. Lokhu kungaba wumphumela wokusetshenziswa kwemithi yobumnyama kuwena noma imimoya emibi eyasala kuleyo ndawo okuyo. Ngakho-ke ukulwisana naleliphupho elivamise ukuba ngeliphindaphindayo kumele usebenzise isisekelo okholelwa kuso. Leso sisekelo singaba wusizo olutholakala kubelaphi besintu noma kungaba ukuthandaza uma ukholelwa kuNkulunkulu. Kepha-ke … Read more

Amaphupho ngesekisi

Uma uphupha usesekisini kusho ukuthi udinga ukulungisa impilo yakho futhi uhlukane nemikhuba emibi. Amaphupho ngocansi. iAfrika