Izithakazelo zakwa Sikhosana Clan Names
Sikhosana!uMusi kaMhlangaNovaphiNolinda, ulinda mkhotho njengeNseleMphandaphandaMagwace!GwayibaHlahl’Ulundi lungenandlela lwaba nezindlelandlelaZitsha ezinhle njengezokubolekwaMtungwa!Gxamugxamu sikhumba seMpisi asibethelwa ekhaya ngoba izinkomo zizobovuka!