Izithakazelo zakwaShazi

Shazi Zindela, Bhayeka, Bombo, S’bhagubhagu, Mkhoto owaduma ek’seni, Mguphane owashiswa ilanga wozela, Ncabakhulu, Malinga, Nonjonjo, Mkhosana, Mbabathwa!