Amaphupho ngosaziwayo
Ukuphupha umuntu odumile umxhawula kungasho ukuthi uyaphakanyiswa, impilo yakho izonyuka ibe sezingeni, okungaba ukuba nemoto uma ukade ungenayo, noma uthole isikhundla emsebenzini, uzonethezeka, ukuthola udumo, uthole ukuhlonishwa kanye nokuvelela emkhakheni wakho. Ukuphupha usaziwayo kungasho ukuthi izinto zizoba lula, uzokwazi ukufeza izifiso zakho ngaphandle kokuthikamezeka. Ukuphupha usaziwayo kungasho okwenzeka empilweni yakho ngaleso sikhathi uma loyo saziwayo … Read more