Izithakazelo zakwa Nyathi Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Nyathi,Mgwaba,Bhense,Nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya koninaMlaba, Sontokazi, CiyaneNdela sindangonyezi sbindesimnya njengenyongo yasoNgwane,Jola,Mtholi wena wewombe hlomo olumanangi lunza lunye lunye lungaba lubili lwakha umuntu.