Izithakazelo zakwaNsibande

Nsibande! Mdlanyoka! Goje! Phangelakhulu! Hlase kaNgwane kaThumbankomo, Nina bohlahla lomkhaya, lingavala livulwa ngamakhanda amadoda, Njengaloncama njengezitho zakhe, Khondlo lomnyama wakaLombiwako!