Izithakazelo zakwaNkabinde

Nkabinde, Mcusi, Mphondle kaNdlolothi Mafuya, Ngokufuy’ inkabi, Nina bakaMabelemade, Oncelis’ umntwana, Engaphesheya komfula. Siyobi! Gama Mboyisa! Abakhokhelabantu behlezi Ubusika nehlobo!