Sesha

Izithakazelo ZakwaMyeni

Mdolomba Mzukase, Mnguni wasenhla Wena waseNingizimu Mabasendleleni zombili, enye ngeyokuya , enye ngeyokubuya Gwebeshomnyama ,ophuza amanzi okuhlalelwa Wena owabalekela insingizi ngokusindela uthi silwane Mdlomba kaDuma Wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala Ngwenya kaMalambe Mzimela Mziyankatha iAfrika

Joyina mahala. Uthole konke okwenzeka kwi-Afrika mase, uthole ne-ringtone yezithakazelo zakho.