Izithakazelo zakwa Majozi Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Mqamu, Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula, Gwanyana, Mbhuli, Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama, Ngoza Lukhozi, Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!