Izithakazelo zakwaMadinane Ngwekazi! Dinabantu, Jokiwe onjengenyamazane, Dlawuza, Bhembe, Mnguni oluhlaza njengenyongo yembuzi, Lakaza!