isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngesitimela

Ukuphupha ugibele isitimela sihamba kuwuphawu oluhle olungsho inqubekela phambili kokwenzayo. Uma uphupha ukuthi unohambo ngesitimela ungahlangana nomuntu okade wagcina ukumbona.Uma uphuphe isitimela simile wuphawu olubi okungasho ukuma, nokumbambezeleka kanye nokungathuthuki ngokwempilo.Ukuphupha isitimele usugibele kungasho isiphiwo sikamoyanokwembathwa abantu abadala.Ukuphupha isitimela usigibele wuphawu olihle olungasho uhambo lwempilo nolwentwaso olukulindile.Ukuphupha ugibele isitimela wuphawu oluhle olungasho impumelelo, inqubekela phabili … Read more