Izaga neZisho zesiZulu Nokusebenza Kwazo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Izaga nezisho zesiZulu ziyingxenye ebalulekile yolimi lwethu. Igama elithi isaga lisho into enemiqondo noma izincazelo eziningi. Yini isaga? Isaga siyasetshenziswa ukuchaza into ewumhlola, siphinde zichaze into engajwayelekile ngesikhathi esithile. Izaga futhi ziyasetshenziswa uma kubhungwa noma kulotshwa, zisetshenziselwa ukunonisa inkulumo kanye nobugagu bokwendlalela inkulumo, kanti futhi ziyasetshenziswa ukusonga, ukuxwayisa kanye nokululeka umuntu. Izaga kucikozwa ngazo kakhulu … Read more