Isiphandla nenyongo
Ngubani ofaka isiphandla? Isiphandla sifakwa yilowo owenze umcimbi, siwuphawu lokukhombisa abangasekho ukuthi nangu umuntu obanikeze ukudla. Okunye futhi wukuthi siwuphawu lokukhombisa abantu abangasekho ukuthi yimuphi umuntu ogcine ukubapha ukudla emndenini. Inyongo yenkomo isho uphawu olufanayo nalolo olushiwo yinyongo yembuzi. Umuntu okunguyena owenze umcimbi ugqoka isiphandla ngokusifaka esandleni sokudla. Kodwa uma umuntu ehambile wayokwenza umcimbi ekhaya … Read more