Inganekwane yesiZulu: Izinkwa ezintathu
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Kwasukasukela, kwakukhona indoda eyayisebenza ezimayini iminyaka eminingi ingasayi ekhaya. Kwathi mhla ithatha umhlalaphansi umqashi wayo uzoyinika imali engango-R5000.00 noma izinkwa ezintathu. Isinkwa ngasinye sinomumangalisokqnye kanye nomyalelo waso. Yacabanga indoda yathi, ‘kulungile mlungu wami, nginike izinkwa’. Isinkwa sokuqala umyalelo uthi ungahambi ngendlela enqamulelayo. Isinkwa sesibili noma ungahlwelwa ungangeni muzi wamuntu. Isinkwa sesithathu noma yini ozofike ukubone … Read more