Amaphupho ngezinkuni
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha utheza izinkuni Ukuphupha utheza izinkuni noma ubona umnyaba kungaba wuphawu olubi olungasho ukuthi linda uthandaze ngoba kunosizi, umunyu nesifo esingahle sehle kungekudala. Kwesinye isikhathi kuba wuphawu olubi ukuphupha izinkuni ungazitholi, kungasho ukweswela, ubuphofu noma ukwentula izidingo nqangi ungatholi sizo. Njengoba utheza izinkuni, ungase uhlangane nameva. Uma uphupha ucinga izinkuni noma utheza kodwa ungazitholi kuwuphawu … Read more