Inganekwane yesiZulu: Imbila yeswela umsila ngokulayezela

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Kwasukasukela, kwakukhona isilwane ezingenayo imisila. Izilwane zazingenayo imisila zazingeneme nhlobo ngesimo sazo.zanquma ukmema umhlangano ngaphansi kwesihlahla esikhulu. Imbila yayingazi nokuthi lidumephi ngesikhathi izilwane zedlula zibheke emhlanganweni. “Sheshani ukuze sifike kuqala emhlanganweni,” kusho unogwaja egxuma edlula. “Ungakhathazeki, ngizokulandela” kuphendula imbila ngemva kokusho lokho yaqhubeka nokuthamela ilanga. “Awufuni yini ukuhamba uyohlanganyela kanye nathi emhlanganweni?” kubuza inkawu ilandela … Read more