Inganekwane yesiZulu: Indoda emfishane

Kwasukasukela, kwakukhona indoda emfishane kakhulu. Lendoda yayihlala yodwa ngenxa yokuthakatha futhi inenhliziyo embi. Langa limbe kunomsebenzi kwamakhelwane, yahamba yaya khona lendoda. Yathi uma ifika yahlala nabantu ababehleli ebhentshini. Lendoda ngobufishane bayo yayingabonakali, ukudla kunikwe abantu abaseduze nayo kuphela kuzwakale izwi elincane,”Yini ndaba ningincisha mina?” Abantu baxakeke ukuthi yini le ekhulumayo manje abayiboni. Kuhambe isikhathi uze … Read more