Iresiphi yencumbe
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Incumbe emandulo bekungukudla kwezingane. Incumbe iphalishi elidliwa izingane lifakwa ubisi noma amasi. Lesi sidlo senziwa ngokuqothwa (gaywa) kombila etsheni ngemuva kokuphekwa. Izithako Indlela yokwenza Uma ufuna ukupheka incumbe enempilo futhi eyehla esiphundu landela lendlela engezansi. Izitsha kanye nebhodwe olisebenzisayo qinisekisa ukuthi kuhlanzekile ngaso sonke isikhathi, ukwenza njalo uzopheka ukudla okunempilo futhi okungenawo amagciwane. Abanye omama … Read more