Amaphupho ngomungcwi (umoya omubi/isipoki)
Ukuphupha ngomungcwi (umoya omubi/isipoki) kusho ukuza kwento engaba nobungozi obukhulu kuwena, lobo bungozi busuke buzoba wumphumela wokuluthwa nokukhohliswa ngomunye umuntu ukuze uzokwazi ukwenza leyo nto asuke ekwenzisa yona engalungile. Kafushane nje, singasho sithi leli phupho liyibika lesilingo sokona. Kepha uma usuke ulwa nawo umungcwi kumbe isipoki ephusheni, lokho kuchaza ukuthi kusuke kuzoba nzima kakhulu ukuthi … Read more