Inganekwane yesiZulu: Imfene nonogwaja
Kwasukasukela, kwakukhona umama mfene wayehlala ngokuthula emgedeni, ehlala nengane yakhe encane okwakuwukuphela kwayo. Njalo ekuseni wayevuka ehambe eyozingela, ashiye ingane yodwa. Wayeyishiya eyenzele amasi amaningi ezokwazi ukuwadla aze abuye. Wavuka ekuseni njengenjwayelo, wenzela ingane yakhe amasi wase yahamba, kanti unogwaja ucuthile naye ulambile. Unogwaja wayazi ukuthi imfene njalo ishiyela ingane amasi. Wayilinda yaze yayosithela, wase … Read more