Itiye lesintu labadala/Iladi
Izinto ezithinta isintu, amasiko kanye nosikompilo lwesizwe samaZulu kujule kakhulu futhi kunonile njengoba nabalobi abahlukahlukene abaloba ngakho besina bezibethela ngolwazi lwamasiko kaZulu kanye nendlela esiphila ngayo. Amasiko lawo ajulile njengoba ethinta imvelo, izilwane, kanye nabantu abaphilayo nabangasekho njengoba bubuningi ubudlelwano obukhona phakathi kwalezinto ezibalulwe lapha. Njengoba ngisho nengane ekhasayo ekhulela esintwini yazi ukuthi kuyadliwa, nabantu … Read more