Izithakazelo zakwaHlengwa

Hlengwa! Mashasha! Nongubo! Shingweni! Mlebuka! Sijamane! Dumakude! Mbuyisa! Ncokela! Mngcenge! Thina esaswebuka nedlebe lenkonyane abanye beswebuka nomsila.