Izithakazelo zakwa Gama Clan Names
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Gama, Mlangeni! Wena wakwaSidwaba siluthuli Singabancwaba bathi Weza nonina, AbaqeduBombo ngokuhlehletela UWawawa Wu! Vukani sekusile malangeni Nomandla kaMalozi Ingongoni yamavaneni AmaSwazi lana.