Amaphupho ngamathuluzi okubhala
Asho ukuthini amaphupho ngamathuluzi okubhala? Lokhu kuhlanganisa izimvilophu, ubucwebecwebe, isinamathelisi, amapensela nesikelo.
Asho ukuthini amaphupho ngamathuluzi okubhala? Lokhu kuhlanganisa izimvilophu, ubucwebecwebe, isinamathelisi, amapensela nesikelo.
Uma uphupha ukuthi usebensiza isikelo kusho ukuthi abantu obathembayo bangase bezame ukukuthola.
Uma uphupha ukuthi usebensiza ipensela kusho ukuthi kufanele uqaphele abantu abafuna ukukunikeza izinto.
Uma uphupha ukuthi usebensiza isinamathelisi kusho ukuthi uzokwenza abangani kodwa ngeke ubudlelwane buqhube isikhathi eside.
Uma uphupha ukhuthi usebensiza ucwebecwebe uphawu oluhle lekusasa lakho ikakhulukazi ebudlelwaneni bakho nabanye.
Uma uphupha ukuthi usebenzisa imvilophu kusho ukuthi uzohlangana nabantu abasha maduzane. Kuyibikezela elikwazisa ukuthi uzothola umngani omusha empilweni yakho. Kanti uma uphupha umuntu ekunikeza imvilophu, lokho kungachaza ukuthi wena nalomngani omusha ozomthola nisuke nizohlanganiswa nguye lowomuntu okunika imvilophu ephusheni.