Ukuvula umuzi

Luchaza ukuthini usiko lokuvula umuzi? Kafushane nje, singasho sithi lolu usiko olusho ukufakwa komsamo (idlozi) kanye nokuqhutshwa kosiko lwesibongo emzini omusha welinye lamalunga omndeni eseliphume inxiwa lamisa umuzi. Inhloso yalolusiko Ngokosiko nenkolelo yesizwe samaNguni, umuzi usuke ungamile ngokuphelele uma ungenawo umsamo oxhumanisa abaphansi abaphila ngokomoya kanye nabasaphila enyameni. Inhloso enkulu yalolusiko kuba ukugunyaza lowo osemise … Read more