isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Ukuzila

Ukuzilela umuntu oseshonile noma ongasekho yinto esingayisho igcwale umlomo nje ukuthi yenziwa iwo wonke umuntu, kodwa okuhlukayo indlela yokuzila leyo ngokobunhlanga, ubuzwe kanye nemizi ngokwehlukana kwayo. ITheku indawo ehlala abantu bezinhlanga ezahlukene kukhona abantu Abamnyama ngokwebala, kube Abelungu, kube amaNdiya nezinye izinhlanga njalonjalo. Zonke lezi zizwe zinezindlela zazo ezahlukene zokuzilela umuntu, ngisho nathi ke singamaZulu … Read more

Amaphupho ngokuzila

Uma uphupha ukuthi uzilela umuntu kuwuphawu oluhle ngawe njengomuntu. Kusho ukuthi maduzane uzomenywa lapho bonke bazokuthanda bakuhloniphe khona.