Inhlambuluko
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Iyini inhlambuluko? Uma elinye lamalunga omndeni kwenzekile ladlula emhlabeni, labo abasele ngemuva basala nejoka lokumenzela umsebenzi (umcimbi) obizwa ngenhlambuluko ngemuva kwesikhashana esincane edlulile emhlabeni. Leli ngelinye lamasiko esiNguni olubonakala lusenziwa kakhulu yize noma sekube noshintsho oluncane kulona, futhi kungelinye lalawo masiko asethanda ukushabalala. Inhloso yosiko lwenhlambuluko Okusuke kuhloswe ngosiko lwenhlambuluko wukuba lususe ithunzi elibi elilethwa … Read more