Amaphupho ngezulu lihloma

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Lokhu kusho ulaka lwabaphansi (amadlozi), kukhona osuke ukwenzile noma kwenzekile emndenini  okungabajabulisi neze abaphansi. Ngakho kufanele uqaphele abantu abasuke bekulelo phupho kanye nokwenzeka kulo ukuze uzothola izimpendulo ezingakunikeza isixazululo ekulungiseni leyo nkinga.