isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngokudala izinto

Asho ukuthini amaphupho ngokudala izinto? Lokhu kuhlanganisa ukulingisa, ubuciko, ukubaza, ikhonsathi, ukuhlobisa, udumo, ukunitha, ukufunda nokubhala.

Amaphupho ngobuciko

Uma uphupha ukuthi uyadweba kusho ukuthi uzoba ngumdwebi ngelinye ilanga. Kodwa uma upenda kuwuphawu olubi ngoba kusho ukuthi umndeni wakho uzohlupheka.