Ukuphupha ushutha/ushuthwa isithombe
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha ushuthwa isithombe akuvamisile ukuthi kube yiphupho elihle, futhi incazelo yalo kuba yisexwayiso. Uma uphupha ushutha kungasho ukuthi kunomuntu ophatha imithi emibi ozama ukukuthwebula wena, inhlanhla yakho, noma amandla akho. Kwesinye isikhathi ukuphupha ushuthwa isithombe kungasho ukuthi kukhona okuhle okuzayo, noma lindela ukuhlonishwa nokuvelela emkhakheni okuwona, nokugqama ebantwini abakuzungezile. Ukuphupha ushuthwa isithombe kungasho futhi ukuthi … Read more