Amaphupho ngezingalo
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ukuthi izingalo zakho ziphelelwe amandla, kungasho ukuthi kungenzeka uzizwe ungaphilile ezinsukwini ezizayo. Kodwa ke uma uphupha ukuthi izingalo zakho zinamandla ungase uzithole uthuthuka ungalindele.