Sesha

Amaphupho ngomjaho

Uma uphupha ukuthi usemjahweni kuwuphawu oluhle uma nje ungawi phansi. Uma wina uzophumelela maduzane kodwa uma wehlulwa kuyibhadi. iAfrika

Amaphupho ngokujaha ngehhashi

Uma uphupha ukuthi ungujokhi ojaha ngamahhashi kusho ukuthi sekuyisikhathi sokuthi uqhubeke nezinto okade uzihlela – zizoba yimpumelelo. iAfrika

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.