Inganekwane yesiZulu: Imbali kaBathulile
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Kwasuka sukela… Kwakukhona intombazane, igama layo kwakungu Bathulile. Lentombazane yayingenabo abazali, bashona ngokuminza edamini. UBathulile wasala yedwa futhi engenabani angathembela kuye, wayehamba engena imizi akhelene nayo ecela ukudla. Abanye babemupha namagama aziswane kanti abanye bemxoshe bengamuphi lutho. Njalo uma efuna ukukhala nokuthandaza wayehamba aye entabeni, acele izinhlanhla. Kwaphela iminyaka uBathulile ehlupheka, kwathi ngelinye ilanga kwenzeka … Read more