Amaphupho ngamatshe
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ukuthi kunomuntu okujikijela ngamatshe kusho ukuthi kukhona ozama ukukuthakatha. Uma ubaleka bahlulekile kodwa uma amatshe ekushaya lokho kusho ukuthi baphumelele.