Amaphupho ngamaswidi
Uma uphupha ukuthi udla amaswidi kusho ukuthi uzothola izindaba ezimnandi noma isipho. Uma uphupha unikezwa amaswidi lokho kukhomba inhlanhla. Imvamisa lowo muntu okunikeza uswidi kusuke kungumuntu omaziyo futhi osondelene noma obesondelene nawe uma engasekho emhlabeni. Inhlanhla oyithola kulokho obuvele ukufisa usuke uyinikwa nguyena njengedlozi lakho. Kepha kwesinye isikhathi leyonhlanhla isuke ingabhekene nawe kodwa isuke izoya … Read more