Iziduko zoo Sibiya Clan Names
ℹ️ Ulwazi oluvela kuluntu · Funda isilumkiso
Ndaba,Gumede,Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,Nina bakwankom’isengelwa emaweni,Ingaseng’elwesibayeni akuyon’eyakhona,Gumede kaNdaba, umanyelela njengentombi iyesokeni,Mkhananda owafinyelela kuba londolozi,Wemuka noGodokazi way’eMfolozi,UHiya kwabanani,Ookwaphwekwa esendliniKwaze kwephulwa esendlini, engazange afe ukufudumala.Mgxebe,Khathi,Nina bakaSotobe kaMpangalala