isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Ukuphupha uchama

Ukuphupha uchama kungasho ukuthi uyabikelwa ukuthi kumele uvuke uchame uphisiwe, lokhu kuvamise ukwenzeka ezinganeni ezisakhula ezisaphunyuka uma zilele.

Ukuphupha uchama kwesinye isikhathi kusho ukuthi kukhona ozithwele noma okhulelisile, kungaba umuntu osondelene nawe noma uziphuphele wena.

Ukuphupha uzichamele izimpahla zimanzi ephusheni khona kungasho ukuthi kukhona okugadla ngemithi emibi ngenhloso yokukufaka isichitho ukuze ubhedelwe ubudlelwano bezothando.

Leave a Reply