Amadlozi Amakhanda Amalobolo Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Isichitho Izaga Izigodi Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izindlu Izingubo Izinhlanzi Izinhlwathi Izinja Izinkanyezi Izinkomo Izinyanga Izinyoka Izinyoni Izulu Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuthenga Ukuzwa Umoya Umshado Utshani

Amaphupho ngezingwenya

Uma uphupha ingwenya kusuke kuzokwenzeka into embi, kokunye ukuphupha ingwenya kusho isifo, umshophi noma umonakalo ozokwenzeka. Kubangcono uma kuwukuthi ekuyiphupheni kwakho ayikulumanga, ngoba lokho kusho ukuthi noma ungavelelwa umshophi kodwa umonakalo ngeke ube mkhulu ngaleyondlela noma wona uzoba khona.

5 thoughts on “Amaphupho ngezingwenya”

  1. Sabina ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ubona ingwenya iyongeba emanzini angcolile bese ubuyela emuva…..bese ucosha isitini uthi uyazijikijelela kuvele kushayeke yona ilimale isandla sayo kube sengathi iyafa

    Reply
  2. Kusho ukuthini ukuphupha izingwena zikuvimbile , khona lapho zigqitshwe umhlabathi ugcine sudlulile kungekudala ufice isoka lakho nesoka lakudala, leli elakidala likuqabuze

    Reply

Leave a Reply