Ukusisela
IsiZulu sakithi sithi izandla ziyagezana kanti futhi akudlulwa ngendlu yakhiwa. Lokhu kusho ukuthi ukuhlupheka komuntu kwaZulu yinto efihlwayo, akuthi ngoba nakhu umuntu uyantula bese kugiywa ngethambo lakhe. Endaweni bekuthi uma kukhona umnumnzane onamandla ofuyile, bese esisela lowo ongenawo amandla noma ontulayo. Lokhu bekwenziwa ngezindlela ezimbili. Indlela yokuqala yokusisela Eyokuqala yilena yokucela umfana wokulomuzi abaswele kuwo … Read more